Ukhozi FM TV: DR Gcina Mhlophe
Ukhozi FM TV Ukhozi FM TV
30.8K subscribers
402 views
8

 Published On Premiered Jul 11, 2024

Ukhozi FM TV luthole ithuba eliyingqayizivele lokuyovakashela uDR Gcina Mhlophe emzini wakhe, okuyilapho asenze khona umsebenzi omkhulu akha Indlu yamagugu "Memory house", Peace garden, kanye ne hovisi lakhe okusho ukuthi wonke umsebenzi wakhe uyakwazi manje ukuwenzela ekhaya, lapho ehlala khona.

UDR Gcina Mhlophe lokhu kwathi nhlo ungumuntu wezindatshana, nezinganekwane uyakwazi ukulandisa indaba ngempela. Usilandisa kamnandi ngohambo lwempilo yakhe engena endimeni kaqedisizungu njengesishoshovu somzabalazo ngoko msebenzi wasesiteji.

#DRGcinaMhlophe #UkhoziFMTV #30YearsOfDemocracy #GcinamasikoArts&HeritageTrust #UkhoziFM.

show more

Share/Embed