Sibungaza i-Afrika Day!
Ukhozi FM TV Ukhozi FM TV
30.8K subscribers
424 views
14

 Published On May 28, 2024

Ukhozi FM TV lwalumenyiwe ukuyothamela umbungazo we-Afrika Day obugujwa ezindlini zomsakazo Ukhozi FM.

Kwakukuhle kudelile, abanye becula, abanye beswenkile, abanye bemodela kanti kunokudla okwahlukahlukene kwesintu.

Ngomhlaka zingama-25 kuNhlaba 1963, inhlangano yokuqala yase-Afrika ngemva kwenkululeko, iNhlangano Yobunye base-Afrika (Organisation of African Union -OAU) yasungulwa e-Addis Ababa, e-Ethiopia. Le nhlangano yasungulwa ngamazwe angamashumi amathathu nambili, amanye amazwe angama-21 ajoyine kancane kancane eminyakeni edlule, kanti iNingizimu Afrika yaba yilungu lama-53 mhla zingama-23 kuNhlaba we-1994.

#AfrikaDay #UkhoziFM #30YearsOfDemocracy #AfricaDay

show more

Share/Embed